Ukudlalwa kokuqala kwefilimu laseNingizimu Afrika le-LGBTIQ elithi Under the Rainbow

Hlanganyela nomqambi wamafilimu waseNigeria uPamela Adie owumuntu wesifazane othandana nanye abantu besifazane eBraamfontein Werf ngo-Okthoba 12, 2019, lapho kuzobe kubukwa ifilimu eyidokhumentari yakhe emphakathini waseNingizimu Afrika okokuqala ngqa ebizwa ngokuthi ‘Under the Rainbow’. Nakuba zikhona izimpawu zenqubekela phambili, njengokucwaselwa ukuthandana nabantu bobulili obufana nobakhe eBotswana, impilo yomphakathi wama-LGBTIQ emazweni amaningi ase-Afrika isanzima – inanobungozi. Yilokho […]