Mayelana

I-amandla.mobi ihola imikhankaso eyenza abantu abaMpisholo babe namandla ngokweqiniso, kube kugxilwe ebantwini besifazane abaMpisholo abanengeniso encane.

Mayelana

Singobani

Yakhelwe phezu kwenkolelo yokuthi wonke amaselula angasetshenziselwa ukwakha intandoyeningi, i-amandla.mobi iyinhlangano ekhulayo eholwa abantu besifazane abaMpisholo abanengeniso encane eqondene nokwakha iNingizimu Afrika enobulungiswa nosimamiswe abantu.

Senzani

I-amandla.mobi isungule indlelakusebenza emiswe ngokohlelo lokumelela, esiyisebenzisela ukunxenxa izwi elinye lenhlangano yethu ezimweni ezibucayi ngemikhankaso eqondene nokuthile, edidiyelwe futhi engokweqhingasu alwela ushintsho oluphathekayo lwezigidi zabantu abathintekayo ngenxa yokungabibikho kokubulungiswa.

Sikwenza kanjani

I-amandla.mobi isebenzisa ukuxhumana ngamaselula ukuze kuhlelwe, kubunjwe futhi kugqanyiswe amaphimbo alabo abathinteke kakhulu ngenxa yokungabibikho kobulungiswa kanye nokuhlomisa amalungu enhlangano yethu ngezinsiza namaqhingasu okuthatha izinyathelo ngokuhlanganyela. Njengoba inhlangano yethu isicishe ifike esigidini esisodwa isebenza ngokuhlanganyela ukuze kusayinwe izikhalo, ibambe iqhaza emibhikishweni futhi iqalise ukubamba iqhaza kwabantu, sikwazi ukufinyelela kubathathizinqumo abanamandla okuletha ushintsho – futhi sikwazi ukubenza baphendule ngokwesibopho sabo. Sindawonye, sithatha isinyathelo ukuqinisekisa ukuthi isicabha asisoze savalwa, futhi ukusukuma kwethu akupheli nhlobo, noma ngabe kuba wukunyusa ingcindezi yomphakathi noma ukunyusa umfutho emikhankasweni yezimo ezihlukahlukene.

Imiklomelo

0 M+

Izinyathelo zokuxhasa

0 K+

Imikhankaso oholwa nguwe

0 K+

Izethulo/izimvo zomphakathi

0 M+

Abantu abasizakele

Ithimba

Please click on the image to view the bio.

Koketso Moeti

UMqondisi Omkhulu Ongumsunguli

Koketso Moeti

UMqondisi Omkhulu Ongumsunguli

Paul Mason

Ubudlelwano noMphathi Wezobuchwepheshe

Paul Mason

Ubudlelwano noMphathi Wezobuchwepheshe

Tlou Seopa

Umkhankasi Omkhulu

Tlou Seopa

Umkhankasi Omkhulu

Palesa Ramolefo

Umkhankasi

Zintle Tyuku

Uyisikhulu Sezomphakathi Nezokuhlela

Zintle Tyuku

Uyisikhulu Sezomphakathi Nezokuhlela

Thabisile Miya

Umdidiyeli we-awethu.mobi

Thabisile Miya

Umdidiyeli we-awethu.mobi

Tebogo Malatji

Isikhulu Sokubonana namalungu

Tebogo Malatji

Isikhulu Sokubonana namalungu

Audry Xaba

Isikhulu Sezezimali Nezemisebenzi

Audry Xaba

Isikhulu Sezezimali Nezemisebenzi

Shilla Zhou

Isisebenzi Esihlanza Ihhovisi

Shilla Zhou

Isisebenzi Esihlanza Ihhovisi

Amber Olaleye

Umphathi Wezezimali

Amber Olaleye

Umphathi Wezezimali

Ibhodi

Please click on the image to view the bio.

Nomzamo Zondo

USihlalo WeBhodi

Nomzamo Zondo

USihlalo WeBhodi

Adèle Kirsten

UNobhala WeBhodi

Adèle Kirsten

UNobhala WeBhodi

Koketso Moeti

Ababengamalungu

Koketso Moeti

Ababengamalungu

Luke Jordan

ILungu LeBhodi

Luke Jordan

ILungu LeBhodi

Uxhaso

Nayi indlela esixhaswa ngayo

I-amandla.mobi ixhaswe abaxhasi abahambisana nezimiso zethu, abasiza abanezidingo bengalindele nzuzo, kanye nabaxhasi abancane abangamalungu ethu. Cofa le linki ukwazi kabanzi ngendlela esixhaswa ngayo. Abaxhasi bethu beminyaka ngeminyaka babandakanya abalandelayo:

Ingabe kunenkinga emphakathini wangakini ofuna ukwenza umkhankaso ngayo? Singakuxhasa ekuhleleni nasekwethuleni umkhankaso.