Imiphumela Yocwaningo Lwamalungu lowezi-2023,  lokhu kuyilokho esiyikho nokuthi silwelani

Senze ucwaningo lwamalungu ngonyaka odlule ukuze siqonde ukuthi amalungu ethu angobani, ayehlala kuphi nokuthi kungani bengamalungu e-amandla.mobi. Labo abaphendulile basinike ithuba lokumisa uhlelo esithatha izinqumo ngalo ngokuhlanganyela. Okwamanje imikhankaso eminingi  yakulo nyaka ibunjwe yimiphumela yocwaningo lwamalungu.  “Ngikholwa wukuthi i-amandla.mobi idlala indima ebalulekile ekwenzeni izinkundla zezochwepheshe zomphakathi zikwazi ukubandakanya, zithole izimpendulo futhi zimele abantu baseNingizimu Afrika.“ […]