Siza kwakhiwe kabusha iHhovisi Lokweluleka Abasebenzi Abaqashwe Ngokungagcwele (iCasual Workers Advice Office) ngokunikela

*Buyekeza*: Siwabonga wonke amalungu ethu. Siqoqe imali engaphezu kwezi-R35,000 yeCasual Workers Advice Office

Omunye wophathini be-amandla.mobi, iCasual Workers Advice Office (i-CWAO), okwatatshwa futhi kwashiswa emahhovisi abo ngobusuku bomhlaka 2 Septhemba [1]. Lokhu kuwukulimala okukhulu kwenhlangano esekele abasebenzi abaqashwe ngokungagcwele ukuze balwele isithunzi sabo, ngokuhlela ukuthi basekelwe futhi banikwe izeluleko zomthetho. Njengangonyaka odlule banqoba eNkantolo yoMthethosisekelo ecaleni elalibhekene nama-labour brokers, ukuqinisekisa ukuthi imiholo nezinzuzo zabasebenzi ziba ngcono [2]. Abangani bethu e-CWAO bafunge ukuthi abazukuvuma ukuthi umsebenzi wabo ume.  Kodwa balahlekelwe izinto ezibaluleke kakhulu ngomsebenzi wabo njengamakhompyutha, amaphrinta kanye nefenisha. Sisebenzisane kakhulu ne-CWAO emikhankasweni eminingi ebalulekile futhi ngenxa yabo, sinqobe kaningi ekulweleni amalungelo abasebenzi. Njengelungu le-amandla.mobi singaqinisekisa ukuthi abangani bethi e-CWAO bayaqhubeka nokuba nomthelela ngokufaka u-R20 lapha: https://www.givengain.com/cc/cwao/   noma ulandele umsebenzi we-CWAO kuFacebook. Uma sonke senza konke esingakwenza, kungenza umehluko omkhulu. Sisonke singasiza ukwakha kabusha ihhovisi le-CWAO futhi sisekele umsebenzi wabo wokulwa nokucwasa abantu bakwamanye amazwe/ukucwasa abantu abampisholo.

*Buyekeza*: Siwabonga wonke amalungu ethu. Siqoqe imali engaphezu kwezi-R35,000 yeCasual Workers Advice Office

Omunye wophathini be-amandla.mobi, iCasual Workers Advice Office (i-CWAO), okwatatshwa futhi kwashiswa emahhovisi abo ngobusuku bomhlaka 2 Septhemba [1]. Lokhu kuwukulimala okukhulu kwenhlangano esekele abasebenzi abaqashwe ngokungagcwele ukuze balwele isithunzi sabo, ngokuhlela ukuthi basekelwe futhi banikwe izeluleko zomthetho. Njengangonyaka odlule banqoba eNkantolo yoMthethosisekelo ecaleni elalibhekene nama-labour brokers, ukuqinisekisa ukuthi imiholo nezinzuzo zabasebenzi ziba ngcono [2]. Abangani bethu e-CWAO bafunge ukuthi abazukuvuma ukuthi umsebenzi wabo ume.  Kodwa balahlekelwe njengeHeineken [3] nePepsico [4]. Lokhu kuhlasela akulimazanga i-CWAO kuphela, kubalwa neSimunye Workers Forum, inhlangano yabasebenzi basezinkampanini ezihlukene ezisingethwe yi-CWAO. Alikho ilungu le-amandla.mobi elingangabuyisela okulahlekele iCasual Workers Advise Office, kodwa lokho esishoda ngakho engcebweni yomuntu ngamunye, singakwenza uma sibaningi. Masiveze ukuthi ukubambisana nabasebenzi kungaba namiphumela mini. Ungenza umnikelo lapha, noma ulandele i-CWAO kuFacebook ukubheka izindlela ongasekela ngayo lo msebenzi.

Ingabe iCasual Workers Advice Office yahlaselwa ngenhloso noma kwenzeka ngenxa yokutapa okusanda kwenzeka? Njengamanje abanaso isiqiniseko, kodwa kunezimpawu ezikhathazayo.  Ungafunda isitatimende esigcwele se-CWAO lapha.

Izinkampani ezinomhobholo kanye nokungazithathi izinyathelo kukahulumeni kudale ukuthi abasebenzi baxhashazwe futhi basebenze ezimweni okungamele umuntu asebenze ngaphansi kwaso. Kodwa i-CWAO ime nabasebenzi ukuze kusekelwe ukuzilwela kwabo. Zizuselwe ezinqubweni zokusebenza eziwukuhlukunyezwa yizinkampani ezinkulu ezitholakala kumazwe ngamazwe njengeHeineken [3] nePepsico [4]. Lokhu kuhlasela akulimazanga i-CWAO kuphela, kubalwa neSimunye Workers Forum, inhlangano yabasebenzi basezinkampanini ezihlukene ezisingethwe yi-CWAO. Alikho ilungu le-amandla.mobi elingangabuyisela okulahlekele iCasual Workers Advise Office, kodwa lokho esishoda ngakho engcebweni yomuntu ngamunye, singakwenza uma sibaningi. Masiveze ukuthi ukubambisana nabasebenzi kungaba namiphumela mini. Ungenza umnikelo lapha, noma ulandele i-CWAO kuFacebook ukubheka izindlela ongasekela ngayo lo msebenzi.

Izigameko zangesonto eledlule zishiye iningi lethu lithuke ngokwedlulele. Yingakho kubaluleke kakhulu kunakuqala ukuthi sihlangane silwele ubulungiswa sindawonye. Hlala ulindele eminye imikhankaso esizoyethula.

[1] IWorker Advice Officer licekeleke phansi lapho kutatshwa eGoli. UZoë Postman weGroundUp 4 Septhemba 2019

[2] Salani kahle ma-brokers: Sawubona mhlinzeki wemisebenzi. USarah Smit weMail &Guardian 10 Agasti 2018

[3] Abasebenzi baseHeineken babhikisha ngenxa yokusebenza ngaphansi ‘kwezimo zobugqili’. I-IOL 10 Okthoba 2018

[4] Amashipsti asele phansi njengoba abasebenzi belungiselela ukuteleka. USarah Smit weMail & Guardian 17 Ephreli 2018

Abelana ngePhosti:

Iphosti Ehambisana Nayo