Joyina inhlangano yaBantu ayizi-
People
kwakhiwe uMzansi onobulungiswa futhi osimamiswe abantu.

Yakhelwe phezu kwenkolelo yokuthi wonke amaselula angasetshenziselwa ukwakha intandoyeningi, i-amandla.mobi iyinhlangano ekhulayo eholwa yingeniso yabantu besifazane abaMpisholo eqonde ekwakheni uMzansi onobulungiswa nosimamiswe abantu.
Is there an issue in your community you want to campaign on? We can support you to set up and launch a campaign.
Our Approach

Didiyela
Didiyela umkhankaso, phokophela kubathathi-zinqumo abafanele afake izikhalo zezimfuno ezakhayo kanye nendlela yokufinyelela khona, kube kutholwa futhi kwakhiwa amathuba okwenza ushintsho.

Yethula
Sethula umkhankaso ngokuhlanganisa nokunxenxa abantu ngezinyathelo ezinhlobonhlobo kanye nokuhlangana ukuze kufakwe incindezi njengomphakathi.

Thatha isinyathelo
Sithatha isinyathelo ukuqinisekisa ukuthi isicabha asisoze savalwa, futhi ukusukuma kwethu akupheli nhlobo, noma ngabe kuba wukwenyusa incindezi yomphakathi noma ukunyusa umfutho emikhankasweni yezimo ezihlukahlukene.
Ingabe kunenkinga emphakathini wangakini ofuna ukwenza umkhankaso wayo? Singakuxhasa ekuhleleni nasekwethuleni umkhankaso.
Mayelana Nathi
Sisize senze umehluko
Silwa nokungabibikho kobulungiswa ngokuhlanganisa umphakathi wethu ezimweni ezibucayi ukuze kuthathwe izinyathelo eziphokophele emgomweni, ezihlelwe ngokuhlanganyela futhi ezisekelwe ngamaqhingasu ukuze benze ushintsho lwangempela.
Izindaba Zethu
Isigaba sezindaba singesokuveza imicimbi ebalulekile ekhona kanye nezinyathelo ezithathiwe lapho kuphokophelwe ekwakheni uMzansi osimamiswe abantu. Lokhu kubandakanya ukwaziswa ngokusanda kwenzeka, izitatimende zezindaba, izinhlolovo kanye nezindaba ezibhalwe amalungu ethimba le-amandla.mobi.
Uhlelo oluhlongozwayo lwezinye izindlelakufundisa zomphakathi ngesikhathi sobhubhane
Singothisha emkhakheni yemfundo ephakeme eNingizimu Afrika yonke. Sihlangene ngokwahlukana kwethu enyangeni edlule saxoxa ngemigomo, izinqubo kanye nokungenzeka maqondana nokufundisa nokufunda
Imiphumela yocwaningo lwesibonelelo somphakathi uveza isidingo esikhulu sokunyuswa kwezibonelelo
Senze ucwaningo lokuqonda nokuzwa ukuthi izinkinga zintsha noma ingabe abantu abathole isibonelelo babhekane nezinkinga ezifanayo na nabanye abantu abamukela izibonelelo
Imiphumela Yocwaningo Lwamalungu lowezi-2023, lokhu kuyilokho esiyikho nokuthi silwelani
Senze ucwaningo lwamalungu ngonyaka odlule ukuze siqonde ukuthi amalungu ethu angobani, ayehlala kuphi nokuthi kungani bengamalungu e-amandla.mobi. Labo abaphendulile basinike
Uhlelo oluhlongozwayo lwezinye izindlelakufundisa zomphakathi ngesikhathi sobhubhane
Singothisha emkhakheni yemfundo ephakeme eNingizimu Afrika yonke. Sihlangene ngokwahlukana kwethu enyangeni edlule saxoxa ngemigomo, izinqubo kanye nokungenzeka maqondana nokufundisa nokufunda
Imiphumela yocwaningo lwesibonelelo somphakathi uveza isidingo esikhulu sokunyuswa kwezibonelelo
Senze ucwaningo lokuqonda nokuzwa ukuthi izinkinga zintsha noma ingabe abantu abathole isibonelelo babhekane nezinkinga ezifanayo na nabanye abantu abamukela izibonelelo
Impact

Izinyathelo zokuxhasa
Imikhankaso oholwa nguwe

Izethulo/ukuphawula komphakathi
Abantu abasizakele
Sisize sakhe uMzansi onobulungiswa futhi osimamiswe abantu.
Izindaba Zakamuva
Uhlelo oluhlongozwayo lwezinye izindlelakufundisa zomphakathi ngesikhathi sobhubhane
Singothisha emkhakheni yemfundo ephakeme eNingizimu Afrika yonke. Sihlangene ngokwahlukana kwethu enyangeni edlule saxoxa ngemigomo, izinqubo kanye nokungenzeka maqondana nokufundisa nokufunda eNingizimu Afrika ngesikhathi nangemuva kobhubhane lwe-COVID-19 oluhlasele umhlaba wonke.
Imiphumela yocwaningo lwesibonelelo somphakathi uveza isidingo esikhulu sokunyuswa kwezibonelelo
Senze ucwaningo lokuqonda nokuzwa ukuthi izinkinga zintsha noma ingabe abantu abathole isibonelelo babhekane nezinkinga ezifanayo na nabanye abantu abamukela izibonelelo zomphakathi. Amalungu e-amandla.mobi amaningi asize
Imiphumela Yocwaningo Lwamalungu lowezi-2023, lokhu kuyilokho esiyikho nokuthi silwelani
Senze ucwaningo lwamalungu ngonyaka odlule ukuze siqonde ukuthi amalungu ethu angobani, ayehlala kuphi nokuthi kungani bengamalungu e-amandla.mobi. Labo abaphendulile basinike ithuba lokumisa uhlelo esithatha izinqumo