ICampaigner Fellowship Yethu

Abantu besifazane abampisholo babhekana nezithiyo yonke indawo, lokhu kubandakanya nezinhlangano zomphakathi. Simise uhlelo lwethu lweFellowship ukuze siqeqeshe, sifundise futhi sisekele abakhankasi basemphakathini abakhona, izishoshovu kanye nababhali ukuze kusimamiswe amakhono nomthelela wabo. AbabengamaFellow kuCampaigner Fellowship ngaphambilini basebenzise ukuqeqeshwa kanye nesipiliyoni sabo ukuzakhela ezabo izinhlelo, noma bajoyina izinhlangano futhi baqinisa uhlelo lwabacwaningi, abaxhasi, izishoshovu kanye nabakhankasi abaphosela uhulumeni nezinkampani ndawonye. Uma kuba nezikhala ezintsha, abanye abafunda kithi bahambile baya kofaka izicelo zokujoyina ithimba le-amandla.mobi.

Uhlelo lweCampaigner Fellowship lonyaka luwuhlelo lwezinyanga ezine oluholela ngokugcwele oluvulelekele abantu besifazane abampisholo kanye nabantu abanobulili obuhlukile. Ungafunda kabanzi ngeCampaigner Fellowship lapha.

Funda kabanzi ngababengamaFellow kukuCampaigner Fellowship lapha: